Inhlaba umuthi yenzani? Mawulunywa isisu iyasiza, unebp, iyasiza kanye nokuclina umzimba. Usika ikhasi ulifake emanzin izwakale uphuze. Ihlaba iyangena emithini yokuvusa itotozi. Iyasiza futhi kulumbo locansi - ayiliqedi ngokugcwele ilumbo kodwa iyapholisa lapho likhona, kuhle uyiphuze usekhaya ngoba inhlaba iyakhiphisana ngesisu. Inhlaba iyangena nasemithini yokugcaba uma unenkwashu engapheli. Umsebenzi wenhlaba
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |